LRC歌词
Amazwe ayakhala ngenhlupheko
Baba kwanele
Baba sekwanele
Siyinthsa edunguza ebumnyameni we babakhuluma
Amathuba omsenbenzi awekho Ezweni we babakhuluma
Sidinga impumelelo we babakhuluma
Scela noma nje uphawu
Scela noma nje uphawu
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
Sthe mashintshashintsha amantomabaze savunywa kwathiwa sngamasokah ehh
Sathi maskhulelwa sibancane kwathiwa klungile ingane singazikhiphah
Mhlampe nje baba ukona kwethuh kweethu
Scela nje baba intetheleloh intetheleeelo
Noma zibomvu zinjengegazih
Zihlanze baba zibemhlophe okweqhwa qhwaa)
Ngfunu umawami ejabule ngami
Bengfisumndeni wami uziqhenye ngami
Ngshintshe nje isimo exolumthakathi
Ngsize abahlwempu kjabulu mphakathi
Uyaboni mpela masekvumi dlozi
Kyobe ngathi sino mlilingoh
Uyaboni mpela masekvumi dlozi dloozi
Kyobe ngathi sthwele sinomlingoh ooh
Khuluma Baba
Singabantwana nje abancane abangasahleli nasethempeleni
Abahleli ethembeni
Ngyathemba nethemba selakhathala ukthwala abantu abangathembisi nokthuthuka
Bathi ithemba kalbulali
Ngyavuma thina syobulawa indlala nje nokphila impilo yokhlaluzama kodwa imzamo yakho iphelele emoyeni
Sibonise indlela baba sisebumnyameni
Silambele impumelelo kodwa lutho amathuba ukvela
Lempi sizibambele mathuba
Uyalwazi usizi esibhekene nalo nkosi
Yehlisa umoya wakho nkosi
Ubusise abatwana bakho
Khuluma Baba
Mina nguNtozabantu ekhaya kseNkandla emahlatha mnyama eNtingwe kwaVumbu isgodi
Siyinthsa edunguza ebumnyameni we babakhuluma
Amathuba omsenbenzi awekho Ezweni we babakhuluma
Sidinga impumelelo we babakhuluma
Scela noma nje uphawu
Scela noma nje uphawu
We babakhuluma
Khuluma baba
We babakhuluma
Khuluma baba
We babakhuluma
Khuluma khuluma baba
We babakhuluma
Khuluma khuluma webaba
We babakhuluma
Khuluma baba
We babakhuluma
Khuluma baba
We babakhuluma
Khuluma khuluma webaba
We babakhuluma
Khuluma khuluma webaba
Baba Busisa
Izimvana Zakhoo
Lord We Bow Before You
Lord we came to cry on you
Intsha isigxile kakhulu ophuzweni ophuzweni
Skhalisa abazali sbakhiphinyembezi
Ufundile awfundile zonke omahlalela
Impi yendlala aykezukphela ngyaktshela
Abasemandleni bafuna eyomkhono Ngapha asisebenzi asebenzi
Ngithi ngapha asisebenzi yee asebenzi
Siyinthsa edunguza ebumnyameni we babakhuluma
Amathuba omsenbenzi awekho Ezweni we babakhuluma
Sidinga impumelelo we babakhuluma
Scela noma nje uphawu
Scela noma nje uphawu
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
We babakhuluma
文本歌词
推荐音乐
-
张艺兴 2.93 MB 03:11
-
张真源 3.46 MB 03:46
-
Apink 2.97 MB 03:14
-
顾焕gkuank 3.16 MB 03:26
-
梦境里的算法official 4.12 MB 04:30
-
王泽 2.85 MB 03:06
-
张靓颖 2.63 MB 02:52
-
展轩 3.21 MB 03:30
-
夏火ww 3.9 MB 04:15
-
微醺卡带 3.59 MB 03:54
-
ProdbyMend 3.25 MB 03:33
-
吴建豪 2.72 MB 02:58
-
梦境里的算法 3.83 MB 04:10
-
袁娅维TIA RAY 3.98 MB 04:20
-
卢苑仪 2.67 MB 02:54
-
纯爱高冷女神 3.92 MB 04:16
-
洋澜一 3.58 MB 03:54
-
梦境里的算法 3.52 MB 03:50
-
沈亦风 3.14 MB 03:25































